LYRICS: Nkosazana Daughter – Ring Ring Ring ft. Master KG, Lowsheen & Murumba Pitch

LYRICS: Nkosazana Daughter – Ring Ring Ring ft. Master KG, Lowsheen & Murumba Pitch.

Ring ring ring
Ngiyafona aw′phenduli
Ring ring ring
Phendula phela dali
Ring ring ring
Aw’gizwa noma ng′khala wena
Kulungile phela
Maluphel’ uthando lwam
Maluphel’ uthando lwam
Kulungile phela
Maluphel’ uthando lwam

Ngezindlebe ngilalele ngitshele ngemizwa yakho
Ngezindlebe ngilalele ngitshele ngemizwa yakho
Ngezindlebe ngilalele ngitshele ngemizwa yakho
Ngezindlebe ngilalele ngitshele ngemizwa yakho

Ring ring ring
Ngiyafona aw′phenduli
Ring ring ring
Phendula phela dali
Ring ring ring
Aw′gizwa noma ng’khala wena
Kulungile phela
Maluphel′ uthando lwam
Kulungile phela
Maluphel’ uthando lwam

Ay, mhm
Ngicel′uxola phela wena dali
Ifone angiy’boni
Ngiyasebenza dali (ngiyasebenza dali)
Ngiyasebenza dali (ngiyasebenza dali)
Aw ngiphi indlebe umamele
Ngikutshela ngemizwa yam′
Wena aw’fani nabanye
Ifone mayikhala angiy’boni
Ngiyasebenza mama (ngiyasebenza dali)
Ngiyasebenza dali (ngiyasebenza dali)

Uthandiwe uthandiwe yinhliziyo lapha kimi
Mangikubona ngiyasangana
Ikhanda lidumil′ emazweni, ngiyak′thanda
Ngize ngi-feel-a ngathi ikorobela my babe
Uthandiwe uthandiwe yinhliziyo lapha kimi
Mangikubona ngiyasangana
Ikhanda lidumil’ emazweni, ngiyak′thanda
Ngize ngi-feel-a ngathi ikorobela my babe

Ring ring ring
Ngiyafona aw’phenduli
Ring ring ring
Phendula phela dali
(Ngiyak′thanda)
Ring ring ring
Aw’gizwa noma ng′khala wena
(Korobela my babe)
Kulungile phela
Maluphel’ uthando lwam
Kulungile phela
Maluphel’ uthando lwam
(Hmm)

DOWNLOAD MP3 Nkosazana Daughter – Ring Ring Ring ft. Master KG, Lowsheen & Murumba Pitch